Ngahlala kunjalo, kunzima, indlela ikhuphukela kepha ngahlala. Uma abantu bathi kufanele ngibone ngamanye amehlo mina ngakhetha ukuhlala eNkosini kunzima kunjalo.
Ngamkhoza ngingaboni umphumela, ngahlala kuye nginga naso isihlalo, ngathatha ithemba lami lonke ngalibeka kuye. uJehova umalusi wami ngamkhonza kunzima empilweni yami.
Makwazeke ezweni lonke ukuthi ngahlala kuye ngathembeka futhi ngisazohlala kuye insuku zam zonke emhlabeni, noma ngiyathola noma angikutholi lokho engikukhulekelako kepha mina ngizohlala kuye.
UJehova ungumelusi wami angiyokweswela lutho ugqoba ikhamda lami ngama futha kamoya indebe yami i chichima izibusiso.
Comments
Post a Comment